Surah 109 · 6 verses · Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman

Surah Al-Kafirun in Zulu

In English with tafsir

بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ

109:1

قُلۡ يَٰٓأَيُّهَا ٱلۡكَٰفِرُونَ

Yithi oh nina eningakholwayo

109:2

لَآ أَعۡبُدُ مَا تَعۡبُدُونَ

Angikukhonzi lokho enikukhonzayo

109:3

وَلَآ أَنتُمۡ عَٰبِدُونَ مَآ أَعۡبُدُ

Futhi nani anikukhonzi lokho engikhonzayo

109:4

وَلَآ أَنَا۠ عَابِدٌ مَّا عَبَدتُّمۡ

Futhi nami angisoze ngakhonza lokho enikukhonzayo

109:5

وَلَآ أَنتُمۡ عَٰبِدُونَ مَآ أَعۡبُدُ

Futhi nani anisoze nakukhonza lokho engikukhonzayo

109:6

لَكُمۡ دِينُكُمۡ وَلِيَ دِينِ

Okwenu yinkolo yenu, nokwami yinkolo yami

Translation: Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman.