Surah 101 · 11 verses · Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman

Surah Al-Qari'ah in Zulu

In English with tafsir

بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ

101:1

ٱلۡقَارِعَةُ

Ukushaya (kwehora)

101:2

مَا ٱلۡقَارِعَةُ

Yini ukushaya

101:3

وَمَآ أَدۡرَىٰكَ مَا ٱلۡقَارِعَةُ

Futhi yini ekwenza wazi ukuthi yini ukushaya (kwehora)

101:4

يَوۡمَ يَكُونُ ٱلنَّاسُ كَٱلۡفَرَاشِ ٱلۡمَبۡثُوثِ

Usuku lapho abantu beyobe benjengezimvemvane ezisakaziwe

101:5

وَتَكُونُ ٱلۡجِبَالُ كَٱلۡعِهۡنِ ٱلۡمَنفُوشِ

Futhi izintaba ziyoba sengathi uvolo oyimpafumpafu (ziyobhidlika ziqonde)

101:6

فَأَمَّا مَن ثَقُلَتۡ مَوَٰزِينُهُۥ

Mayelana nalowo isisindo(sezenzo) zakhe (ezinhle) ziyosinda

101:7

فَهُوَ فِي عِيشَةٍ رَّاضِيَةٍ

Manjalo yena iyongena empilweni ethokozisayo

101:8

وَأَمَّا مَنۡ خَفَّتۡ مَوَٰزِينُهُۥ

Futhi mayelana nalowo izikalo (zezenzo) zakhe (ezinhle) ziyobalula

101:9

فَأُمُّهُۥ هَاوِيَةٌ

Manjalo indawo yakhe yokuhlala umgodi wesihogo

101:10

وَمَآ أَدۡرَىٰكَ مَا هِيَهۡ

Futhi yini ekwenza wazi ukuthi kuyini lokho

101:11

نَارٌ حَامِيَةُۢ

Umlilo ovutha kakhulu

Translation: Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman.