Surah 82 · 19 verses · Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman
Surah Al-Infitar in Zulu
بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
وَإِذَا ٱلۡبِحَارُ فُجِّرَتۡ
Futhi khumbula nangenkathi izilwandle ziqhuma (izingxenye zazo zihlangana nezinye)
عَلِمَتۡ نَفۡسٌ مَّا قَدَّمَتۡ وَأَخَّرَتۡ
Umphefumulo uyokwazi lokho owakuthumela ngaphambili nowakushiya ngemumva
يَٰٓأَيُّهَا ٱلۡإِنسَٰنُ مَا غَرَّكَ بِرَبِّكَ ٱلۡكَرِيمِ
Oh muntu! Yini eyakukhohlisa ngeNkosi yakho ephanayo
وَإِنَّ عَلَيۡكُمۡ لَحَٰفِظِينَ
Futhi ngempela kunabaqaphi (izingelosi) phezulu kwenu (ezibhala enikwenzayo)
ثُمَّ مَآ أَدۡرَىٰكَ مَا يَوۡمُ ٱلدِّينِ
Khona manjalo yini ekwenza wazi ukuthi luyini usuku lokwahlulelwa
يَوۡمَ لَا تَمۡلِكُ نَفۡسٌ لِّنَفۡسٍ شَيۡـًٔاۖ وَٱلۡأَمۡرُ يَوۡمَئِذٍ لِّلَّهِ
Lolo usuku lapho umphefumulo ungeke uphathele (omunye) umphefumulo (amandla okwenza) okuthize futhi umyalo ngalolosuku ngoka Mvelingqangi
Translation: Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman.